Ibozaer%yteimasio0pg0 Erert r 19eekMar sr69
Iboza (ILatin: Tetradenia riparia), isihlahla esimila kwaZulu-Natali kanye naseMpumalanga, esisetshenziswa ngabalephi bendabuko ukwelapha.
Isihlahla seBoza KwaZulu-Natali
Ukusetshenziswa[hlela | Hlela umthombo]
Isihlahla seboza sisetshenziselwa ukulapha izifo ezinigi ebantini okubalwa kuzo, uhudo, umkhuhlane kanye nezifo zofuba. Uma umuntui ephethwe ngumkhuhlane amahlamvu aso lesi sihlahla ayagxotshwa abiswe namanzi bese liyaphuzwa kanjalo. Lapho umuntu enenkinga yesisu amahlamvu ayagxotshwa ahlanganiswe namanzi, ekugcineni umuntu uyachatha ngalo noma aliphuze. Amahlamvu abuye asetshenziswe ukulaphu umuntu ophethwe yikhanda, uyaye ahogeliswe amahlamvu aso lesis sihlahla.